
Akuzodlalwa La 🥴❤️🔥
3.3K subscribers
About Akuzodlalwa La 🥴❤️🔥
Just for fun 🥴❤️🥰🫶🏾
Similar Channels
Swipe to see more
Posts

usuke usufuna ifight nami ke kodwa mawuhleka nendoda yami,nihlekani?

anongikhuza mase ngiqala umkhuba wokugcoba iruji.

Wake wajola nentombazane ehlanya kamnandi?😅❤️, girls can be so dramatic sometimes umuntu if sekmele umkhaphe ke usumgodukisa avele athi ayyi ngeke angsafuni mina ukuhamba aqede akbuke kanje🥹, uthi muthi aybo babe asambe athi vele wena awungfuni wara wara awungthandi lapho nje inkinga ingokuthi kmele agoduke❤️😅, ayke it does not ends there , if umfonele nixoxe for a long time then ke if sekmele uvale i call adinwe athi ayyi ungayvali uthi haybo ngobani? Athi i Airtime le ufuna iphelele kuye so that ungeke ufonele abanye haybo😭, yazi le drama iyahlekisa & imnandi cha ninescefe esimnandi🥹❤️🫵🏿, angphathike umuntu avele akuhluphe hlampe ulele embhedeni akcabuzise okwengane everywhere emzimbeni mcwaa mncwaaa aybo ungenza iputsununu manje😭, umuntu adinwe I late reply eyodwa athi ohho uhleli nentombi lapho eeehhh? Lapho uzihlalele wedwa nakhona u busy ngento engatheni mxm syanithanda shame❤️❤️🥹