
Ukhozi FM
4.3K subscribers
About Ukhozi FM
AFRICA's biggest and most LOVED radio Brand, boasting over 7.6 million listeners. Ukhozi FM - Luhamba Phambili! 90.1-107.4FM
Similar Channels
Swipe to see more
Posts

Ubani omufisela #HappyBirthday namhlanje? 🥳🥳🥳 Sithumele iVN-071 613 666 7 #UkhoziFMVABS #VABS #UkhoziFM

Izakhamuzi zomkhandlu wase Zululand ziyasichitha isiphakamiso sokuthi kumele kube khona isivumelwano esivela kunkosikazi esibhalwe phansi esigunyaza umyeni ukuthi angathatha unkosikazi wesibili. Lesiphakamiso sivele kwisithangami sePhalamende likazwelonke ebesihlola izimvo zabantu mayelana nomthetho sivivinyo womshado, iMarriage Bill. Kunemibono ethi lesiphakamiso singaholela ekubhebhethekiseni i-GBV. Sikhuluma no Prof Gugu Mazibuko, ovela kuMnyango we African Languages e-University of Johannesburg. Isihloko: Uthini owakho umbono ngalesiphakamiso? Ngabe uyavumelana noma uyaphikisana nokuthi unkosikazi kumele agunyaze isithembu ngencwadi ebhalwe phansi? #UkhoziFMVABS #VABS #UkhoziFM #MasithandaneNoKhoziFM

Namhlanje sivakashelwe ithimba lomdlalo wasesiteji obizwa ngokuthi i- Expressed, obhalwe uMthokozisi Zulu ohlaba ikhwele ngalesihlava seGBV emiphakathini yethu. Uphelezelwa ozakwabo uAyanda Nzimande. #Dankie1223 #UkhoziFM #MasithandaneNoKhoziFM

[Aromat] - Zibeke ethubeni lokuwina okungafinyelela ku R5 000 nge Aromat! Phawula ngezansi ngodaba lwakho lwe Aromat oluyingqayizivele, usebenzise #UnbelievableFlavourWithAromat futhi kungenzeka sikushayele emoyeni bukhoma udlale i-Unbelievable Gameshow kwi-Vuka Afrika Breakfast Show. Kunemigomo Nemibandela:< https://www.ukhozifm.co.za/ukhozifm/competition/aromat/ > Barati Bmg

If you want to be trusted, be consistent!! Trusted brands are consistent brands!! Phikelela, koze kulunge!! #IAmPhindiP #KuyolungaKonke #UliboLokuqala #ngenxayomusa #GraceNotes #phindipliverecording #WeShallOvercome #KunqobaAbaphikelelayo

Namhlanje sivakashelwe ithimba lomdlalo wasesiteji obizwa ngokuthi i- Expressed, obhalwe uMthokozisi Zulu ohlaba ikhwele ngalesihlava seGBV emiphakathini yethu. Uphelezelwa ozakwabo uAyanda Nzimande. #Dankie1223 #UkhoziFM #MasithandaneNoKhoziFM

Namhlanje besivakashelwe ithimba lomdlalo wasesiteji obizwa ngokuthi i- Expressed, obhalwe uMthokozisi Zulu. #Dankie1223 #UkhoziFM #MasithandaneNoKhoziFM

Namhlanje sivakashelwe ithimba lomdlalo wasesiteji obizwa ngokuthi i- Expressed, obhalwe uMthokozisi Zulu ohlaba ikhwele ngalesihlava seGBV emiphakathini yethu. Uphelezelwa ozakwabo uAyanda Nzimande. #Dankie1223 #UkhoziFM #MasithandaneNoKhoziFM

#SivukaNodado - (Whatsapp - 071 613 666 7) Dado inyanga ka February yaziwa njengenyanga enezinsuku ezingu 28, kusuke kwenzenjani lapho inezinsuku ezingu 29? #UkhoziFMVABS #VABS #UkhoziFM

Zwakala Ekasi Lami 📹: DJ Sgqemeza #UkhoziFM #Dankie1223 #MasithandaneNoKhoziFM