Yanda's Pearls And Collections
February 21, 2025 at 08:07 PM
DRIVER👨: Wehla kuphi gogo?
GOGO👵: Ngehla ngakuleya ntombazane yakwa Mkhize eyakhipha isisu.
DRIVER👨: Yiphi yona gogo le ende?
GOGO👵: Ngisho le eseduze kwalomfana kaDlomo ophika izingane zabantu.
DRIVER👨: Alright ntomb'endala.
GOGO👵: Ngizonqamula kwaNgubane lo othakathayo, ngidlule kaSipho lo odlwengulayo.
DRIVER👨: Hhay, siyabonga ntomb'endala.
GOGO👵: Hhay nami ngiyabonga ukuthi awusigingqanga netekisi, phela wena usubaqedile abantu nanokuthi awunginqumanga nithwala ngathi phela nina.
DRIVER👨: Hhey wena s'febe es'dala, kanti udakiwe yini? Ungazong'jwayela kabi wena s'yezwana?
GOGO👵: Heee heee! 😂😂 Is'febe unyoko! Uyakutshela nje ukuthi awuyena uSibiya ungowakwa Dladla wena?
🤔🤔🤔🤔
❤️
😂
2