🍆❤️ Izindaba zocansi Ezinoju 💦🍑
🍆❤️ Izindaba zocansi Ezinoju 💦🍑
February 20, 2025 at 06:04 PM
https://whatsapp.com/channel/0029Vati9xnAzNbmuW5WEF1k NGINCAMILE 1 Uma unomcebo uhloniphekile kukancane abantu beku khombise indlela bazizwa ngayo ngawe ngqo ngoba bahlezi belinde ithuba lokucela usizo ngelinye ilanga. Emjolweni ke nakanjalo , mawunemali uzoba impatha yentombi ozoyithaaanda yona ikuthande nje nothing crc. Uma kodwa umtholile nakhona umuntu oryt and genuine usuke unenhlanhla , kodwa ngingaku tshena for a fact kuba ukuthi owesfazane uthanda izinto zakho ukwedlula wena. Ngikwazi ngani na konke lokhu , ngoba sengidlule kukho konke nhlampe. Hhayi ke shuthi asifani singabantu ngoba mina ngumjita onothando oluningi ukwedlula imali le thandwa mantombazane. Anginankinga ukuyikhipha ukuze ngishaye isinqa engisithandayo kodwa kujwayele ukuba engisi halelile. Inkinga ngishawa ukuCatcher. Sengivumile nginenkinga yokuCatcher mina , ngitshenwe mehlweni ntombazane yathi ngifaka amazipho uyacabanga kusho umuntu othandana naye senichithe unyaka ngempela ndawonye. Ilaphoke engancama khona ngathi yabo olandelayo manje komele angithande nje. Ukuqala nje ngabuyela ezimpahleni ezisobala , ngashintsha imoto kweyodwa iGTI elingenziwanga lutho. Ngaqala ngashintsha nezindawo engiphuza kuzo , ngifuna ukuya la engikubuka nginyuse ngisho iwindi ngoba angithembi lutho. Ngaqala ngiAttend nemicimbi of which angiyihambi sdalo ke yona angiyena umuntu weEvent ngisho ngiphiwa maTicket ngithola umuntu engamupha ewajabulele kancono yena. Yethusa abantu abaningi into engiyenzayo , bengivele ngithi its an economic perspective to life ngiyazi nabantu engizwana nabo bayathanda ukuzenza izinjula. Bengizama ke ukushela , bengine nkinga cz ngisashela umuntu engimu halelayo. One of those days ke ngiyothenga inyama eShisanyama ngedwa ngizizwe ngiyi halela ngase ngiGoogle indawo enswempu yenyama kwavela esema hashahasheni kodwa still ngehlisa impakamo ngaya. Ngihlale ke ngilinde inyama yami , ngithole customer service enswempuni khona kubantu bakhona laphana. Ngabaqasha abaningi babo ekugcineni nje. Hhayi ngiyi jwayele lendawo , ngiye almost iviki neviki ngisho izinsuku zilandelana. Ngithi ngingaphuma ngesango ngelinye ilanga ngifica iveni lama traffic cop imoto yami izungezwa ilosisi walo. Ngithule nje bese engibuka ngendlela angibona ngayo athi ngimushuthe fast engakaphumi umnikazi 😂 ngithi oh ngimushuthe. Achaze uyithanda kanjani kukade elokhu eyibona azathi ucabanga ukushiya number yakhe kuWindscreen yalo mnikazi wale moto. Asuke kulokho kukhuluma , masinya usebuza inyama leyo athi ucela ngimuphe. Ngimuvulele takeaway ashawe amahloni , ngithi thatha khululeka. Athathe then sihlukane ngivule imoto athuke ome , ngihleke nje ngoba ubengazi eyabani moto. Ngathanda indlela thuka ngayo waba muhle kakhulu nje impela angazi kwangichaza kanjani konke lokho. Walokhu ebuya emqondweni ngihleke ngedwa. Mhla sengibuyela ngabona ikhona lento ekumele yenzeke ngoba ngangi langazelela ukumbona and ngamufica cabanga khona kuyi weekend kodwa. Ubenengane efana naye ngabona eyakhe akugeji , baze babahle. Wethuka ukungibona ngokwakhe , she pulled the same facial expression and ngahleka ke mina. Ngaya ngobingelela ngangena ngathenga inyama ngabuya ngohlala lena.... https://whatsapp.com/channel/0029Vati9xnAzNbmuW5WEF1k
❤️ 1

Comments