
🍆❤️ Izindaba zocansi Ezinoju 💦🍑
February 25, 2025 at 08:55 PM
https://whatsapp.com/channel/0029Vati9xnAzNbmuW5WEF1k
🥺🔥😋 NGIZIZWA NGIQHANYELWE 😋🔥🥺
Kade ngimubuka lobhuti ohleli ngaphesheya kwami la e-bar, ngiyasola sengathi naye nje uyangibuka uma ngingamunakile, kunento nje engingayiqondi ngaye angazi noma ugqabe kakhulu noma yini kodwa uma nje ngike ngamubheka ngivele ngishaywe olunye uvalo.
Ngisukume ngiye kothenga isiphuzo sami esesiphelile, ingalo yami igudluleke ngakuyena, maye uyashisa nangu ubhuti, ngizwe inhliziyo yami igxumagxuma, aphenduke angibuke ngalawo mehlo ebengikade ngiwabuka nami, ngivele ngixolise nkosi yami, athi “It’s ok as long as uzovuma ngikuthengele isiphuzo.” Hayi ngizwe lelo ngingabe ngisanqikaza ngihlale eceleni kwakhe. Angitshele ukuthi igama lakhe uNhlanhla Ngubo, nami ngimutshele ukuthi ngiwu Phindie Dlomo, sijabule ukwazana, sifike nesiphuzo sami. Sixoxe nje okungasho lutho noNhlanhla angitshele nokuthi basanda kufika la eThekwini nomkakhe kade behlala eNyukhasela. Ngizwe elomkakhe inhliziyo yami ithi ukushona phansi kancane. Kodwa ngibuye ngizikhuze ukuthi kanti bekuthiweni ngoNhlanhla sengifrazwa umkakhe nje. Silokhu sixoxa elokhu ebeka leso sandla esivutha bhe emathangeni ami, ngivele ngizizwe ngiba manzi ngokushesha. Aphinde athenge ezinye iziphuzo, ngizwe ukuthi hayi nakumina sesiyangena nami sengikhuluma ngize ngimubambe ehlombe manje uNhlanhla. Kukhale ucingo asukume ayokhuluma phandle, uma ebuya abuye esemamatheka. Ahlale angibheke ngqo emehlweni. “Phindie kukhona engifisa ukukucela kona bandla uma ungathandi usho ngeke ngidinwe.” Nginqekuzise ikhanda kwazise sengicabanga ngenkomo ngendlela esengiqhanyelwe ngayo. “Umkami ukhulelwe manje asisakwazi ukwenza ucansi kahle, savumelana ukuthi ngingalala nomunye umuntu kuphela nje uma naye ezoba khona abone ukuthi ngilala nobani.” Ngivele ngiphelelwe amazwi.
https://whatsapp.com/channel/0029Vati9xnAzNbmuW5WEF1k

❤️
👍
😮
6