Secrets & Confessions
Secrets & Confessions
February 28, 2025 at 06:34 PM
Hi please post for me , mina i can't forgive umalume, sasisiya vakashela ukhulu no gogo abazala umama , sihamba siba thathu nobhuti nosisi , safika erenkini sathola umalume ubhuti kamama esiyo gibeza abakhe abantwana, sajabula ukuthi sekuzoba lula ngoba phakathi kwethu no one new where we were going ,kanti asibuzanga elangeni , umuntu wagibeza abakhe abantwana thina sasala kwathiwa sizogibeli bus yesibili eyasifikisa ebusuku sasizwa ngomunye ubaba owayeyi shlobo sabo mama , angimthanda loya khulu onolunya!
😂 😢 16

Comments