EZINOHLONZE NEWSPAPER
February 3, 2025 at 11:19 AM
EZINOHLONZE NEWSPAPER;
UMongameli woMkhonto weSizwe Party kanye nobuholi base King Cetshwayo Region, izolo zimbili (2) kuNhlolanja bebesekhaya KwaDakwadunuse eNkandla. Bekunelontshi yeprogram ebizwa nge recruitment outreach operation.
Iward neward izonikezwa igazebo istulo itafula ukwenza umsebenzi woMkhonto, legazebo izozungeza kuwowonke ama vd akhona ewardini. Inhloso akusikho nje ukujoyinisa noma ukuvuselela, kodwa nokuthatha izinkinga ezibhekene nomphakathi zidluliselwe eminyangweni eqondene nazo.
❤️
💚
🙏
✊
👍
17