EZINOHLONZE NEWSPAPER
EZINOHLONZE NEWSPAPER
February 3, 2025 at 02:12 PM
EZINOHLONZE NEWSPAPER; Ubuholi bolusha boMkhonto weSizwe Party eKing Cetshwayo Region, benze isikhumbuzo lapho bebememe khona ubaba uWillies Mchunu, kanye noMntwana uMandla Zulu ongowaseNdlunkulu KwaZulu. Bebefundisa ngeNkosi uCetshwayo kanye nempi yaseSandlwana, KwaZulu Natali Esikhawini ngomhlaka 1 kuNhlolanja. #gwazamkhonto
❤️ 💚 🤝 🫡 14

Comments