
Jobs & Notices Reloaded
February 17, 2025 at 05:25 AM
🙎♀️"uBrenda ngubani?"
🛌🏾"uBrenda uphi?"
🙎♀️"Nxaa ungafuni ukungijayela wena uyezwa"
🛌"Eeeee"
🙎♀️"Utshele iwule lakho ukuthi ngiyali phihliza ngimdilize ngempama"
🛌🏾"Hawu, yindaba yani kanti"
🙎♀️"It's over between me and you, awusoze umbone futhi endlini yakho enukayo"
🛌🏾"Okay"
🙎♀️"Okay awusela ndaba lami sufuna uBrenda isifebe sakho esigcobisayo esatsha iface ngamafutha"
🛌🏾"Oky ku right lakho"
🙎♀️"Umlobole uBrenda yena lowo, lihlale lonke lomahotsha uthuvi wakho lowo"
🛌🏾"Ok kuyiswi"
🙎♀️"Hehe usungijwayela kabi mbuya khona ngapho khathesi ngimthole uBrenda ekhona ngiyamdiliza ngempama eyewela ebhakedeni lomchamo"
🛌🏾"Buya"
🙎♀️"Nxaaa over my dead body, umbona njengesilima mina, umbona njengopopayi wakho wena nhlikibonda, angisalugxobi endlini yakho uyezwa faah"
🛌🏾"Okay"
🙎♀️"Ukulala lami owakwenza last week bekuyi last time, ngeke uyinuke futhi"
🛌🏾"Ok it's fine sengilala mina are you done"
🙎♀️"Unganya msunu, ubona ngazani I am a pushover, you use me and leave me, ngutshiye uzekana lo Brenda nje, sembuya?"
🛌🏾 :"Yenza fast nxa ubuya uze now"
🙎♀️"Uluhlanya, ufuna mbuye uzolala lami hehe hleka mntaka Josphat we Mbundane, so ufuna ukuzolala lobani ngingabuya"
🛌🏾"Lawe phela hanti ngilala lawe"
🙎♀️"Forget and smile seku late lapha"
🛌🏾"Okay"
🙎♀️"But usangithanda yini?"
🛌🏾 : "Yes babe ngiyakuthanda"
🙎♀️"Hehe susithi babe, ama plan okuthi mbuye kuphela, andizi lapho papa action"
🛌🏾 "Aah Okay, it's fine"
🙎♀️"Vula umnyango sengifikile lapho, ubusithi angibuyi"
🏃"Ngena sweetheart"
👩🦰"Lingaphi iwule lakho elikumbuluzisayo ngiliklifize khonamanje so"
🛌🏾" Tshiya ama drama ubuye silale wena mani"
👩🦰"Nxaaa uthi ngizalala lawe, ngamane ngilale ngihlezi estulweni lapha, ngifuna ungitshele ngo Brenda lowo"
🛌🏾 " Okay, hlala lapho ke"
👩🦰" Yenza sorry phela lapho"
🛌🏾"Sorry"
👩🦰"You are not even sorry, susithi sorry ngoba yimi engithe uthi sorry "
🛌🏾"iyoohhhh"
👩🦰"Sondela ngale ngilale endaweni yami, why kungani umisile kkkkk yazi wena so"
*Sakhumbula besithi abafazi ngabantwana??? Yikho khonokhu 🙌! 😏 😏*
😂
👍
❤️
🙏
95