Gagasi FM
Gagasi FM
February 17, 2025 at 08:25 AM
[Khethile Khethile] Njabs, inhliziyo yami ibuhlungu ngendlela engachazeki…ngicela ukuboniswa. I’m a 32 year old woman who’s been in a relationship for 4 years with my now fiancé. We are supposed to be heading towards marriage but angisekho sure. A year and a half into our relationship ngabamba ukuthi uBhuti unengane eyayina 2 months at the time, kshuthi waganga ngaphandle sengikhona. Mengiyithola lendaba he assured me ingane izalwe sebehlukene noMama wengane but ngangilimele kakhulu emphefumulweni and we then broke up for 3-4 months because I was hurt and disappointed. During the time sihlukene he was very apologetic, nami I still loved him and felt we could fix izinto sizame futhi sabe sesiyabuyelanake. My fiancé and I do not have any children together. I've done my best to be a supportive partner njengoba eCo-Parenta nomawengane and things are okay ngalapho. My big issue is his family who seems to favor umawengane over me. I've noticed ukuthi uma kuzoba nemncimbi and kudingeka ingane, naye uMama wayo uzoba khona uze uphele umcimbi, ulala ngisho u3 days...kushuthwe, kuPostwe, amanye amalungu omndeni waGuy would even caption iithombe bathi "mfazi kaMfowethu". I don't understand why kumele aze alale ngoba ingane is almost 3years, ayinceli, ayibaxwayi abantu bakubo and inoBabekazi abathathu noGogo who can look after him uma uMawayo esemdroppe off. I'm also aware ukuthi uBaby Mama uzwana kakhulu with his siblings ngoba ngisho kungenalutho ngiyaye ngizwe ukuthi bekuvakashelwene noma bebezikhiphile for drinks and stuff...into engakaze yenziwe when it comes to me. I do my best to reach out to his sisters kodwa ngathi the more I do the more ngibabangela iscefe. I come from a strict family so uma kunemcimbi kwaGuy ekhaya ngiyavunyelwa ukuthi ngiye emzini for a few hours ngiphelezelwe usisi wami but then kumele ngibuye ekhaya ngoba angikathelwa ngenyongo okuyiyona ezonginika igunya lokuthi ngibe semagcekeni officially ngize ngiqale ukulala khona. Loku okwenzakalayo kuyawuphula umoya wami ngoba kungathi ngisusa uchuku when I bring it up with my fiancé. Uvele angiDismise nje kube ngathi angishongo lutho and he accuses me of having iskhwele. Besides all of this with his family liking uBaby Mama...we are fine. He's thoughtful, caring, responsible etc kodwa lento isingenza ngisole ukuthi perhaps ngidliwa iithende futhi and his family knows about it and sebekhethile ukuthi ubani okumele anqobe in their eyes. I love my fiance but angifuni ukuba stuck emndenini ozongiphilisa kabuhlungu by putting me in a competition nomunye umuntu wesfazane. Angazi ngenze njani. Please help. 😢 ☎️:0861596596 📱:063 839 9959 📲: Listen via the Gagasi FM App #gagasifm #thesoundofkzn #theliftoff
😢 😭 😮 ❤️ 💔 🏃‍♀️ 😔 🙆‍♀️ 36

Comments