Prince Top G Shai🇿🇦🇿🇦
Prince Top G Shai🇿🇦🇿🇦
February 3, 2025 at 05:57 PM
*_DRIVER👨: Wehla kuphi gogo?_* *_GOGO👵: Ngehla ngakuleya ntombazane yakwa Mkhize eyakhipha isisu._* *_DRIVER👨: Yiphi yona gogo le ende?_* *_GOGO👵: Ngisho le eseduze kwalomfana kaDlomo ophika izingane zabantu_.* *_DRIVER👨: Alright ntomb'endala._* *_GOGO👵: Ngizonqamula kwaNgubane lo othakathayo, ngidlule kaSipho lo odlwengulayo_.* *_DRIVER👨: Hhay, siyabonga ntomb'endala._* *_GOGO👵: Hhay nami ngiyabonga ukuthi awusigingqanga netekisi, phela wena usubaqedile abantu nanokuthi awunginqumanga nithwala ngathi phela nina_.* *_DRIVER👨: Hhey wena s'febe es'dala, kanti udakiwe yini? Ungazong'jwayela kabi wena s'yezwana?_* *_GOGO👵: Heee heee! 😂😂 Is'febe unyoko! Uyakutshela nje ukuthi awuyena uSibiya ungowakwa Dladla wena?_* 🤔

Comments