
MK News Paper
May 11, 2025 at 11:58 AM
Ezintatha namuhla izigilamkhuba sezimthele phansi ngenhlamvu ongu deputy organiser wenhlangano edlelana ne MKP I(SACOCSO)engena ekhaya lakhe ngabo 1 ekuseni e Thornville .ngokusho kuka president uMnu.Sizwe Ngubane,uthe nabo bashaqekile ngoba U Lucky bekuwumuntu wabantu futhi engananxa namuntu emkhontweni nakwinhlangano yabahlali.igalelo lakhe lizokhunjulwa njengoba ubenikela ngemali yakhe elanda izinsiza zomkhonto eChina ukuze umzabalazo uqhubeke.ngemininingwane nizokwaziswa.Lala uphumule sosha laNxamalala💔

😢
💔
🙏
❤️
23