
๐๐จ๐ด๐จ๐ฉ๐น๐ฐ๐ป๐ฐ๐บ๐ฏ ๐ถ๐ญ๐ญ๐ฐ๐ช๐ฐ๐จ๐ณ ๐ญ๐จ๐ต ๐ท๐จ๐ฎ๐ฌ๐ญ๐ฌ๐ง๐ฌ๐ง
June 11, 2025 at 12:57 PM
UMike ugulela ๐ฅบ๐ซukufa ulele ๐ ekhaya. Usebone kungcono alande ukhokhovula wenyanga uMavovo๐ง๐ฟโโ๏ธ ukuthi ezomlaphela ekhaya usengaze afele embhedeni mengabhekile.๐
Mavovo ๐ง๐ฟโโ๏ธ: lesi sifo siyingozi mfana wami kuyacaca bakuloyile impela ngeke sisalapheka uzofa maduze๐๐ค๐๐mhmm๐ง kodwake ngnayo iplan. Ukhona oke akuhluphe ongamfuni layikhaya?
Mike ๐: ohlupha kanjan mnumzane?
Mavovo๐ง๐ฟโโ๏ธsengsholo oke afike nje njalo layikhaya okuhluphayo?๐คจ
โขWacabanga Mike wakhumbula ukuthi lokhu okuwuSpha kuhleli kumebela izinkukhu zakhe nokotapeya ngoba engasenamandla nje egula. ๐ง ๐๐ค
Mike ๐: ukhona ๐ค๐
Mavovo ๐ง๐ฟโโ๏ธ: ok mfana wami uhlale lapha endlini ungaphumi umuntu ozongena kuqala layindlini ungakhona kumthelela ngalesi sifo bese wena uyasinda singena kuye ngokumemeza nje igama elithi "NAKHUYA"๐ค ๐
Mike ๐: hawu kalula kanjalo nje ngyabonga baba ๐ฅบ๐ค
Mavovo ๐ง๐ฟโโ๏ธ: akubongwa mfana kodwake ake nghambe ungakhohlwake okumele ukwenze.๐คจ
โขYahambake inyanga,wasala walala Mike embhedeni ๐eselindele lesi sgangi skamakhelwane๐คจesiwu Spha size socela ugwayi ๐ฌ bese esithelela ngesifo esimhluphayo . Wathi esalele wezwa izigi zingena ngasemnyango.
Mavovo ๐ง๐ฟโโ๏ธ: wemfana sengkhohlwe imali yokukhanyisa isgodlo for ukukunika umuthi ๐ฅต๐ค๐
* Akabange esezwa kwankulumo uMike ๐คฃ๐คฃ๐wayememeza kakhulu embhedeni
๐: ๐ฃ" NAKHUYA"
Mavovo ๐ง๐ฟโโ๏ธHabee nansi imihlolo yami๐ณ๐ฌ๐lomfana usethelela mina.ngalesifo???...๐ฃNAKHUYA ๐ฃNAKHUYA nakuwe๐โโ๏ธ๐ฅต๐ฅต๐ฅต
Mike ๐:๐ฃ NAKHUYA๐ฃ NAKHUYA๐ฃ NAKHUYA .....
Mavovo๐ง๐ฟโโ๏ธ: shwele baba nakhu ngzobulawa umuthi wami ๐ฅบ๐ค๐ซ๐ฃNAKHUYA ๐ฃNAKHUYA ๐ฃNAKHUYA ๐ฃNAKHUYA nakuwe ๐ฅต๐ฅต๐ฅต๐ฅต๐ฅต๐ฅต๐ฅต๐ฅต๐ฅต
โSkhuluma nje selize liyoshona โ ilanga kuqhuma U ๐ฃNAKHUYA egcekeni akekho ofuna ukufa ๐คฃ๐คฃ๐คฃ๐คฃ๐คฃ๐คฃ๐คฃ๐คฃ๐คฃ๐๐
> pjaay
๐
๐
6