
KZN Department of Education
June 10, 2025 at 12:32 PM
Usekela Ngqongqoshe woweZeMfundo kuZwelonke ethula Inkulu yakhe kwiG20 Indaba yesiFundazwe iKwaZulu-Natal
"Imfundo eyisisekelo ibalulekile kakhulu futhi kumqoka ukuba sazi ukuthi imfundo ayiqali esikoleni kuphela kepha isuka ekhaya, ngikusho lokhu ngoba ngigcizelela ukubaluleka kokunakekelwa komtwana kusukela ezalwa ukuze ikusasa lakhe liqhakaze"
Uqhube wancoma isiFundazwe iKwaZulu-Natal ngomsebenzi omuhle esiwenzayo ukukhiqiza imiphumela emihle.
Indawo: Durban ICC
Usuku: 10 June 2025