EZINOHLONZE NEWSPAPER
EZINOHLONZE NEWSPAPER
June 16, 2025 at 10:19 AM
Ezinohlonze Newspaper zihlele ukuvulela abafundi bephephandaba ukuba babeke uvo lwabo ngendlela ababuka ngakhona izinto. Usithumelela isiqeshana nje, kodwa esiphethe umqondo ophelele. Mase kuba isithombe sakho mawufuna sivele, kodwa futhi mawungafuni sivele akunankinga, uyakwazi nokuba u-Anonimous. Kodwa ukuqinisekise ukuthi udaba osithumelela lona, akusiyona inzwabethi ngoba uma sekufanele lulandeleke ukuthi luyiqiniso, siyakubiza kwi-Podcast yethu uzochaza ngalo. Umake usithumelela lesosiqeshana, kuba nomnikelo of support, wokukhombisa ukuthi uyafisa liqhubekele phambili iphephandaba lethu. Kuba R50 nje kuphela. Makukhona imibuzo, wamukelekile ukuba ungashayela kulenombolo ubuze Ngyabonga. 064 110 4657
Image from EZINOHLONZE NEWSPAPER: Ezinohlonze Newspaper zihlele ukuvulela abafundi bephephandaba ukuba b...
❤️ 👍 💚 🙏 8

Comments