MK News Paper
                                
                            
                            
                    
                                
                                
                                June 17, 2025 at 01:46 PM
                               
                            
                        
                            I mknews ngenkathi sise Mpumalanga lenkokheli yakhala kakhulu ngesihlalo ecela Ku sihlalo wasempumalanga province U Mama Marry Phadi womkhonto wesizwe amthengele isihlalo njengoba ehamba kanzima ngalesi asisebenzisayo futhi engekho nomuntu omphushayo mayefisa ukuya lapho efisakhona.namuhla kuyintokozo ukunazisa ukuthi usesitholile isihlalo sakhe njengesicelo sakhe.Gwaza mkhonto gwaza✊✍🏾 *mknews*
                        
                    
                    
                    
                        
                        
                                    
                                        
                                            ❤️
                                        
                                    
                                        
                                            ✊
                                        
                                    
                                        
                                            😂
                                        
                                    
                                        
                                            ❤
                                        
                                    
                                        
                                            👏
                                        
                                    
                                        
                                            🫡
                                        
                                    
                                    
                                        17