AMAZING HOME OF JOKES🇿🇼
February 11, 2025 at 04:26 PM
Dear -Thabie Ngikhathele , it's over
1. Ngikuphathele i KFC , wayipheka uthi ufuna isobho , Ngathula!
2.Wabaleka emhlangeni sekuhlolwa kodwa wathi ulitshitshi ngathula nalapho
3. Ngiphek rice wafika walifaka tomato sauce ne Mayonnaise lisasestofini uthi zobamnandi , Ngathula nalapho!
4. Manje ngakhohlwa phone ngiya emsebenzini , uma ngibuya ngathola 45 missed calls akho uthi bufuna kungitshela ukuthi ngishiye phone yami
Ngyabonga muntu wenkos , Kuphelile ngeke phela😩😩😭
😂
👍
72