Shembe is The way
Shembe is The way
February 2, 2025 at 12:24 PM
SIYAWUPHOTHULA LOMSEBENZI. Ngesonto mhlaka 9 kuNhlolanja sizobe sisemgababa sinikeza uGogo indlu esimakhele yona. Lona aksiwo umsebenzi womuntu ngayedwana ngakho ke sicela wonke umuntu onothando lwezinto ezinhle abe ingxenye yalomsebenzi. Sifike uGogo simphathele ukudla. Ongezokuphumelela kodwa onhliziyo yakhe iyavuma; angasithumelela umnikelo kuyo i Account ebesiyisebenzisa for ukwenza wonke LOMSEBENZI; BANK: Capitec ACCOUNT HOLDER: Mr Mzamo Malambule ACCOUNT TYPE: Savings Account ACCOUNT NUMBER: 1995317657 BRANCH CODE: 470010 LINKED NUMBER: 072 116 1558 ENGATHI UNKULUNKULU WOTHANDO NOKUTHULA ANGASENZELA INTENHLE; ASIPHE IZINHLIZIYO EZIDABUKAYO, EZIMDABUKELAYO OMUNYE UMUNTU OSOSIZINI. UNKULUNKULU WOTHANDO NOKUTHULA ASIBUSISE.
❤️ 👍 15

Comments