Shembe is The way
Shembe is The way
February 4, 2025 at 04:52 PM
GOD ALMIGHTY HAS NEVER BEEN SEEN BY MEN. GOD RESIDES ABOVE ALL CREATION WHERE NO ONE REACH. 1. Esibuthene ngakho lapha namhlanje kulamagquma, siyabonga Nkosi Nkulunkulu owenza iZulu noMhlaba ongazange abonwe ngumuntu. Kuyisimanga lokhu ukuthi wena Nkosi awuzange ubonwe ngumuntu selokhu kwadabuka iZulu noMhlaba. Ufanelwe ukubongwa kanjani? Ubani ongaba nesibindi sokubonga iNkosi ingabonwanga izwiwe ngumuntu ikhuluma nomuntu! 2. Engaphezu kwamafu amakhulu, nalapho ihlala khona izingelosi azihlali. Nangokukhazimula nodumo lwayo olukhulu olwesabekayo. Uma kuhlabelela amaphiko ayo kuzamazama izisekelo zomhlaba. INkosi enkulu kangaka eyayingafanelwe ukuzwana nomuntu nokubongwa umuntu, pho sinezizathu zokubonakala kwayo phakathi kwethu. //. UM'PROFETHI U ISAIAH SHEMBE, UTHUMEKILE, ETHANDAZA ENTANDA.
Image from Shembe is The way: GOD ALMIGHTY HAS NEVER BEEN SEEN BY MEN.   GOD RESIDES ABOVE ALL CREAT...
❤️ 🙏 23

Comments