Shembe is The way
February 5, 2025 at 09:36 AM
HE WAS FULLY MAN, BUT HE WAS ALSO FULLY GOD.
Ngisho iNkosi yas'ekuPhakameni ngokwayo, iNkosi ilanga ithi yayingazi ukuthi uShembe kwakunhloboni yomuntu. Ngelinye ilanga ithi kwakunomuntu okwakuthiwa uMelchizedek oweyaye afike alungise izinto abuye anyamalale. Bese ithi mhla efika uShembe wathi sekungukwesihlanu efika emhlabeni. Isithe ke iNkosi yas'ekuPhakameni, mhlawumbe lomuntu okwakuthiwa uMelchizedek kwakunguye uShembe. UMelchizedeki wayeyiNkosi yokulunga. He was the King of Peace. Without a father or mother, without genealogy, without beginning of day's nor end of life. He has no record of any of his ancestors.
YINGAKHO KE WAWUZWA ABEFUNDISI BAS'EKUPHAKAMENI ABADALA (ESP. THE LATE REV—CHILIZA) BABEBUYE BETHI LONA OPHAMBI KWETHU NGU MELCHIZEDEK.
A KING—PRIEST FOREVER.
❤️
🙏
👍
16