
Ukhozi FM
February 26, 2025 at 06:21 AM
Vuka Uqondisise Kabanzi Ngezezimali noSifiso Nala.
Hleze okwenze abanye bethu behluleke ezimalini ingoba sifunde ukuphatha imali sesikhulile nezindleko sezandile kakhulu. Namuhla sizozama ukulekelela abasakhulayo ukuthi bangangeni kulolugibe abanye bethu abazithola kulo. Ligotshwa lisemanzi.
#ukhozifmvabs #vabs #ukhozifm #masithandanenokhozifm
❤️
🙏
5