Ukhozi FM
February 27, 2025 at 05:18 AM
Izakhamuzi zomkhandlu wase Zululand ziyasichitha isiphakamiso sokuthi kumele kube khona isivumelwano esivela kunkosikazi esibhalwe phansi esigunyaza umyeni ukuthi angathatha unkosikazi wesibili. Lesiphakamiso sivele kwisithangami sePhalamende likazwelonke ebesihlola izimvo zabantu mayelana nomthetho sivivinyo womshado, iMarriage Bill. Kunemibono ethi lesiphakamiso singaholela ekubhebhethekiseni i-GBV. Sikhuluma no Prof Gugu Mazibuko, ovela kuMnyango we African Languages e-University of Johannesburg.
Isihloko: Uthini owakho umbono ngalesiphakamiso? Ngabe uyavumelana noma uyaphikisana nokuthi unkosikazi kumele agunyaze isithembu ngencwadi ebhalwe phansi?
#ukhozifmvabs #vabs #ukhozifm #masithandanenokhozifm
❤️
👍
3