
Ukhozi FM
February 28, 2025 at 04:13 AM
#sivukanodado - (Whatsapp - 071 613 666 7)
Dado kusasa usuku olwaziwa njenge World Compliment Day, oku usuku lapho sinxuswa khona ukuthi senze okuyiyonanto ethandwa uwo wonke umuntu emhlabeni, ukuncoma omunye umuntu.
Dado ubani umuntu ongathanda ukumncoma namhlanje? Ngabe siyini isizathu sokumncoma?
#ukhozifmvabs #vabs #ukhozifm
❤️
3