
LIT RADIO ZA
May 21, 2025 at 04:57 PM
Yophe yaze yashona indoda elimale ngenkathi ikhahlela isango oTongaat-KZN
Kubikwa ukuthi igcine idlulile emhlabeni indoda eneminyaka engu 36 yaso Tongaat elimale kabi ngenkathi ikhahlela isango. Ubaba walendoda oneminyaka engu 70 uveze ukuthi ufike endlini ngabo 13h00 namhlanje seyivele yopha indodana yakhe base bezama ukumsiza nokuphethe ngokuthi ashone ngemva kokopha ama hora amabili kwazise abamyisange clinic.

😢
😮
💔
👍
16